Umlisa oxakile (IsiZulu Home Language Grade 7: Novel) ePDF (perpetual licence)

R95,65

Idolobhana iPulaneng neLithakong yizindawo ezinokuthula zaseLesotho. Lokhu kwaphela ngenkathi kufika izigebengu ezazilanda insangu lapha bese ziyoyithengisa ezimayini eGoli. UFani kwakungumfanyana oneminyaka eyishumi nanhlanu. Wayekhuthele esiza umama wakhe, uMaFani.

Wayemsiza ngokwelusa izimvu nezimbuzi futhi abuye abheke amahhashi ezivakashi ezazifika zilale ehhotela. UFani wayenezindlebe ezibukhali futhi enokuqaphelisisa izinto. Ngenkathi yena nomngani wakhe besentabeni bezwa lezi zivakashi ezaziyizigebengu zikhuluma okuthile okwabasolisa. Futhi amagama azo ayeyinsambatheka ngoba kwakungawezilwane. Isifiso sakhe esikhulu kwakungukuthenga isiqophamazwi ukuze aqophe izingoma.

This eBook is in ePDF format, which enables you to:

  • View the entire book offline on desktop or tablet;
  • Search for and highlight text; and
  • Add and edit personal notes directly in your eBook.
Authors

Language

Publisher

ISBN

9780636168411

Number Of Pages

79

File Size

6.37 mb

Format

PDF

Edition

1

Published

31-10-2014