Ngenxa Yezinduna

R87,95

Ukukhula kuyinto eyisimanga. Kuthi lapho uthi umzimba wakho uwejwayele, uwubone usukwenzela izimanga. Kuthi kanti ubunswininiza, ubone izwi lakho seliguquka lindondela phansi. Nekhwapha liqale ukunuka uma lingagezwanga.
UBhekisisa wazithola esesenkingeni. Impilo yakhe yayimnandi ngenkathi esenobuso obuhle. Lona kwakungunyaka wakhe wokuvikela isicoco sakhe sokuba nguzime wabafana esikoleni sakhe. Kodwa kwathi lapho eseqalwa yizinduna, wazithola eseyinhlekisa esikoleni, ekhaya nasemphakathini. Kodwa uBhekisisa kwakufanele azikhethele indlela yokubhekana nalesi simo kanye nokubuyisa isithunzi sakhe. Ingabe uBhekisisa wakwazi yini ukwehlisa izihlathi kulabo ababemhleka ngenxa yezinduna zakhe ezazinenkani?

Authors

Language

Publisher

ISBN

9780190758189

Number Of Pages

0

File Size

3.35 mb

Format

EPUB

Published

02-12-2019