Isizulu Sethu Grade 9 Teacher’s Guide Lifetime License

R94,41

lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe namabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi nzincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi nkuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. nNgaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. nKuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, amarubhrikhi okumaka nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. nKukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan), esihambisana nohlaka uthisha angalusebenzisa esenza amalungiselelo esifundo. Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.

Authors

, , , ,

Language

Publisher

ISBN

9780796047106

Number Of Pages

0

File Size

1.61 mb

Format

PDF

Edition

1

Published

01-10-2017