Insika Yethu, incwadi yesiZulu yebanga le-12, ebhalwe yalandela uhlelo lwemfundo egxile emakhonweni (CAPS). Iqukethe ulwazi olusematheni olwehlukaniswe ngezahlukwana eziyishumi. Lezi zahluko zehlukaniswe ngamayunithi amabili isahluko ngasinye, lokhu kwenza ukuthi uthole ulwazi olwenele ngesahluko sisinye. Ngale ncwadi sihlomisa umfundi ngawo wonke amakhono asetshenziswayo olimini; esibala kuwo ukulalela nokukhuluma, ukufunda nokubukela, ukubhala nokwethula. Kuwo wonke la makhono kusetshenziswe isiZulu esihlabahlosile esiqhakambisa usikompilo lwamaZulu. Izakhiwo nezimiso zolimi zichaziwe zasetshenziswa ngendlela efanele ukuze umfundi akwazi ukuzisebenzisa empilweni ejwayelekile.
Insika Yethu Grade 12 Teachers guide
R76,28
Authors | |
---|---|
Language | |
Copyright | |
Publisher | |
ISBN | 9781430749172 |
Number Of Pages | 296 |
File Size | 79.70 mb |
Format | |
Edition | 1 |