Insika Yethu Grade 11 Teachers guide

R72,66

Le ncwadi Insika Yethu iwuchungechunge olusuka ebangeni le-10, ele-11 kuze kufike kwele-12. Njengoba le ncwadi ingeyebanga le-11, kusobala ukuthi umfundi uzokuthola ukushuba kwezinga nokujiya kwesiZulu okuhambisana naleli banga. Umfundi uzonwampela kulezi zaqheqhe athuthukise ulwazi lwakhe lwesiZulu. Nothisha izomphasa le nsika ze akwazi ukuhlomisa abafundi eqinile. Le ncwadi Insika Yethu izohlomisa abafundi nothisha ngolwazi lwesiZulu ukuze bezoziqhenya ngobuzwe babo. Phela ngaphandle kolimi leso sizwe sifile. Siyathemba ukuthi isizwe siyoncinda size sincindise nesizukulwane esizayo kulo lolu dengezi, ze isizwe sikaPhunga noMageba sizosimama.

Authors

, , , ,

Language

Publisher

ISBN

9781430749110

Number Of Pages

177

File Size

44.66 mb

Format

PDF

Edition

1