Insika Yethu 12 (HL) Incwadi Yomfundi (CAPS)

R42,77

Insika Yethu, incwadi yesiZulu yebanga le-11, ebhalwe yalandela uhlelo lwemfundo egxile emakhonweni (CAPS). Iqukethe ulwazi olusematheni olwehlukaniswe ngezahlukwana eziyishumi. Lezi zahluko zehlukaniswe ngamayunithi amabili isahluko ngasinye, lokhu kwenza ukuthi uthole ulwazi olwenele ngesahluko sisinye.
Ngale ncwadi sihlomisa umfundi ngawo wonke amakhono asetshenziswayo olimini; esibala kuwo ukulalela nokukhuluma, ukufunda nokubukela, ukubhala nokwethula. Kuwo wonke la makhono kusetshenziswe isiZulu esihlabahlosile esiqhakambisa usikompilo lwamaZulu. Izakhiwo nezimiso zolimi zichaziwe zasetshenziswa ngendlela efanele ukuze umfundi akwazi ukuzisebenzisa empilweni ejwayelekile.
Le ncwadi Insika Yethu iwuchungechunge olusuka ebangeni le-10, ele-11 kuze kufike kwele-12. Njengoba le ncwadi ingeyebanga le-11, kusobala ukuthi umfundi uzokuthola ukushuba kwezinga nokujiya kwesiZulu okuhambisana naleli banga. Umfundi uzonwampela kulezi zaqheqhe athuthukise ulwazi lwakhe lwesiZulu. Nothisha izomphasa le nsika ze akwazi ukuhlomisa abafundi eqinile.

Authors

, ,

Language

Publisher

ISBN

9781430733188P

Number Of Pages

0

File Size

69.73 mb

Format

EPUB

Edition

1