Ikhaya Yikhaya Gr 8 (HL) Isizulu Novel

R8,46

Lena yinoveli emaqondana nezehlakalo eziye zenzeke uma abazali Ikhaya Yikhaya sebengasekho kulo mhlaba. Umndeni osele ubanga indlu kuze kubulawane imbala. Kugcizelelwa leli gama: kukwethu/kukwami. Kusuke sekubuye ababeganiwe/nababeganile emizini. Ingani ikhaya yikhaya. Akukho muntu ozokwenqabela uma uya kwenu. Zitholele ukuthi kuphilwa kanjani lapho abantu sebezonqwabelana ekhaya. Kusa kusa! Nina sizwe sikaMalandela!