Lena yinoveli emaqondana nezehlakalo eziye zenzeke uma abazali Ikhaya Yikhaya
sebengasekho kulo mhlaba. Umndeni osele ubanga indlu kuze kubulawane
imbala. Kugcizelelwa leli gama: kukwethu/kukwami. Kusuke sekubuye
ababeganiwe/nababeganile emizini. Ingani ikhaya yikhaya. Akukho muntu
ozokwenqabela uma uya kwenu. Zitholele ukuthi kuphilwa kanjani lapho
abantu sebezonqwabelana ekhaya. Kusa kusa! Nina sizwe sikaMalandela!
![Ikhaya Yikhaya Gr 8 (HL) Isizulu Novel](https://img2.snapplify.com/9c76319bfd649e9f59d23175baa5e5ca/vivliadistrib/9781430749288P.jpg)
Ikhaya Yikhaya Gr 8 (HL) Isizulu Novel
R23,47
Authors | |
---|---|
Language | |
Copyright | |
Publisher | |
ISBN | 9781430749288P |
Number Of Pages | 0 |
File Size | 1.42 mb |
Format | |
Edition | 1 |