Hlomula Ngolimi LwesiZulu 12 HL Incw Yomfundi CAPS

R42,77

Incwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 iwuhlelo olunzulu lokufunda ulimi lwasekhaya olugcine noma oluhlangabezane nayo yonke imigomo yoMhlahlandlela woHlelo lokuFunda nokuHlola lukaZwelonke ukuze kuthuthukiswe ngempumelelo abafundi abangabasebenzisi bolimi abakuleli banga.
Le ncwadi uHlomula Ngolimi LwesiZulu yebanga le-12 ithuthukisa amakhono okulalela, okukhuluma, okufunda, okubhala nawokusebenzisa ulimi ngendlela edidiyele. Abafundi bazoyithola beyithakasela futhi ibaheha kakhulu.
Incwadi yomFundi inalokhu okulandelayo:
� izahluko ezahlukene eziyizingqikithi ezibheka izimo ezahlukene zempilo;
� amayunithi ahlelwe ngokwezingqikithi athuthukisa ngendlela ekhulayo amakhono anhlobonhlobo abafundi;
� izinhlobo ezahlukene zemibhalo yokufunda ehlelwe ngaphansi kwezingqikithi ezahlukene;
� imisebenzi eyahlukahlukene evumela umfundi asebenze yedwa, bengababili nangamaqenjana;
� ingosi equkethe ulwazi nenika izincazelo ngesihlokwana kulelo nalelo khono,
� ihlele amathuba okusebenzisa ulimi ukuze umfundi aqokelele ulwazi ngokulikhuluma nokulifunda;
� inengosi yokufunda ukulibhala ngendlela ehlumelelisa ukuzethemba nokuzigqaja ngalo. Igcizelela ukulandelwa
kwemigomo yokubhala nokusetshenziswa kolimi

Authors

Language

Publisher

ISBN

9781430737926P

Number Of Pages

0

File Size

69.62 mb

Format

EPUB

Edition

1